NGIFISA ukuqala ngokwelula isandla kubazali bomfana oneminyaka eyisishiyagalolunye, okushicilelwe ezindaweni zokuxhumana kuthiwa unesifo sokuvuvukalelwa yisihlathi, ...
UBHONGOZA ekuhlukumezeni osomatekisi ungomunye wabantu abaqothwe ngenhlamvu ngamaphoyisa ngesikhathi ibambene phezulu ngoLwesine ntambama, endaweni yaseGcuwa, e-Eastern ...
KUPHUME nesinedolo sayobukela ifilimu i
YEBO, uthando aluthengwa ngemali kodwa kuyiqiniso elingephikwe ukuthi othandweni olunendlala phakathi, kuyabanda nkosi yami.
YIMAPHI amafutha esingapheka ngawo? Iyini i-cholesterol, kungabe siyayidinga na?
SIYAZI sonke ukuthi akuthina sonke bantu besifazane esinenhlanhla yokuthola abantwana. Kwesinye isikhathi - hhayi ngoba singenayo inzalo - kuyenzeka kube yizinkinga ...
Hlakanipha muntu wesifazane, vuka emaqandeni. Ubuhle abulona ithikithi lokuwina indoda kodwa inhlonipho kanye nesimilo. Ukuba muhle kwakho kanye nokuma kahle akube ...
NAMHLANJE ngifuna ukuqhubeka ngikhulume ngento ethinta ilobolo njengangesonto eledlule. Ngithi ake ngisike elijikayo kule nto yelobolo ngoba kwezinye izindawo kubukeka ...
UMNDENI kabhongoza weqembu lemigulukudu iWest Gang uMngqobi Nzimande umcelele uxolo emphakathini, nakubo bonke abonayo, enkonzweni yomngcwabo wakhe.
AMAPHOYISA asefike kwancane indawo, awisa netende kubo komlisa osolwa ngokuba wubhongoza weqembu lemigulukudu i-West, osanda kubulawa eNanda, eThekwini. Ubhongoza, ...
ITHATHE elinye igxathu eyesehlukaniso somlingisi uSello Maake KaNcube nomkakhe uPearl Mbewe njengoba ebhalele i-Special Investigating Unit (SIU) ethi ayiphenye ngemali ...
UQALILE u-2025. Sibuyisele izingane zethu ezikoleni ngethemba lokuthi zizofunda ziphumelele zibe ngokuthize empilweni futhi zibe nekusasa elihle.
Umbuzo:MAGUMEDE ngingowesilisa osekhulile impela. Ngineminyaka ewu-50. Angikaze ngiganwe nhlobo selokhu ngavela futhi angikaze ngilale nomuntu wesifazane ngokocansi. ...
NAMHLANJE ngifisa silalelisise bakwethu, ibalulekile le nto engifuna ukunikhuza kuyona. Ningayibona imikhuba eyenziwa yizingane zenu uma zidlala nezinye laphaya ...
ISANGOMA sodumo kwiTV, uMakgotso "Gogo Maweni" Mofokeng (Mokopo) usazobhadla esitokisini kuze kushaye uMsombuluko, okuwusuku azobe efaka ngalo isicelo sebheyili. ...
LIDUME ladlula kulabo abebelinde ngabomvu imiphumela yabo ka-matric yango-2024.
UBHUNTSHE ngomzuzu wokugcina umbhikisho obuzokwenziwa ngokuthula ngamabutho kaZulu ngoLwesihlanu, ngaphandle kwamaHhovisi eNgonyama Trust, eMgungundlovu.
NGIZIZWA ngilulana, samuntu ohlubule. Ngithithibaliswa ...
ONGOTI bezempilo bakhuthaza abantu ukuba bahlehlele utshwala njengoba ilanga lishisa likhipha umkhovu etsheni.
Zingane zakwethu, ngicela sifunde ukuthi lezi zibalo esizilandelayo azisisizi ngoba izifo zisiqeda silokhu sitshelwa kuthiwa konke kuhamba kahle kanti akunjalo. ...
OHAMBWENI esikulo lokwelapha sisiza abagulayo ngezifo ezihlukahlukene, kumele uzibuze ukuthi kanti bengenzani sonke lesi sikhathi uma abantu bakithi beqhubeka behamba ...
KULELI VIKI esisuka kulo ngihlangane nabantu bakithi abagulayo, abanye babo kubi ngale ndlela exakayo. Kukhona obekungahambeki bekhala ngezinhlungu kusukela ekhanda,, ...
KUNINGI ukuzithethelela emadodeni angaganiwe. Abanye bathi bazoganelwani ngoba abesifazane abasaziphethe kahle. Omunye athi ngeke aganwe ngoba usephoxeke kaningi ...
ASWELE amaphiko okundiza yinjabulo amalungu omphakathi waseHluhluwe angasebenzi ngesikhathi ethweswa iziqu zokuba ngonogada.
Owesifazane okuthiwa ubengalawuleki ebhanoyini ebelisuka eThekwini liya eKapa ngoLwesine uthi ubehlaselwa nesoka lakhe.